Ukuthwala ngeqoma

Ukuthwala ngeqoma

Kusho ukuthembela entweni

iqoma yinto eyakhiwa ngotshani obuqinile ukuze ikwazi ukuphatha okuthile, yakhiwe njengomphongolo…..isetshenziswa ukuphatha izipho intombi esuke izipha isoka layo ngenhloso yokuthi iyethembela kulo lelo soka ukuth lizomuphatha kahle

isibonelo: INingizimu Afrika ngiyithwele ngeqoma ngoba izobhekana neCongo