If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: noie
Van Noie Clan Names, Meaning & History.
Van Noie surname info is currently not listed.
Thoweni uvela eBhekabantu lapho abagcwele khona. Thoweni uzalwa uLubhunga, owayebalekele kwelase Mozambique enguThobela odabuka eSwatini. Lensizwa yasibuya kweleli yazibiza uThoweni ngoba inqena ukubonakala ukth beyibalekela impi yakwaZulu. Kuthiwa Lubhunga ngoba kwaziwa ukth ibhungukile emaThobeleni abathakazela ngoMjadu. Lensizwa kuthiwa yayilokhu ihamba iphuza amanzi endleleni lapho ayayithi maseyikhathele igobe amadlangala khona.
Leave a Reply