clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nongogo

Nongogo clan names

Nongogo ngu Radebe mthimkhulu bhungane nosele unzipho zimnyama ngokqhwayana umashiya amahle ngathi azashumayele

Iqhina liphume embizeni

Iqhina liphume embizeni

kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe

iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane

imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: