clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Nsimbi

Imvelaphi yakwa Nsimbi

Nsimbi Clan History

uNsimbi lo wayengowakwa Ntombela kwathi ngesikhathi kubusa inkosi uShaka uNsimbi ubebaza imikhonto ngeNsimbi ngesikhathi abanye beye empini..wase ethi uShaka unguNsimbi emuva kwalokho kwase kubakhona isibongo sakwa nsimbi.. base behla lapho nendodana yakhe ogama layo lingu mnamatha..bafika eMzimkhulu bazakhela obabo ubukhosi kwindawo yase Mmisa โ€ฆ Kodwa ke ngenxa yezimpi ezazikhona eMzimkhulu base buphela ubukhosi bakwa ntombela obabubuswa uMnamatha kaNsimbi kaMahlobo kaNtombela

Uqedile ungethole

Uqedile ungethole

Lesi simo sokukhuluma sisebenza uma ngabe umuntu esekhulume yonke into okumele ikhulunywe.

Kusukela etholeni uma lincela, uma luluthole kahle ubisi ngisho usungeza uthi uzosenga ngeke usathola lutho lisuke seliqede lonke ubisi.

Izithakazelo zakwa Nsimbi

Nsimbi Clan Praises

  • Nsimbi !
  • Mnamatha
  • Mbini
  • Mahlobo !
  • Zulu kaNtombela
  • Cubhe
  • Mpangazitha
  • Shakโ€™alashayeki kaSenzangakhona
  • Magazi
  • Vela banyakame omagwazinja ngozipho malandela
  • Ndabezitha!

Imvelapho yabakwaNsimbi

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: