Izithakazelo zakwa-Mazibuko

Izithakazelo zakwa-Mazibuko

Khondlo,
Mwelase,
Nzima,
Muna,
Wena owangena nesikhuni emanzini waphuma naso sivutha,
Wena ongaweli ngezibuko,owela ngezihlangu zamadoda,
S`gawuli semithi emide nemifushane,
Mgabhamafu ohamba ubugwathugwathu emafini,
Nzimalamase ngobulandakazi,
Obuhlasehlase ithambo elagedla ezintabeni,
Okwathiwa ngoba nakhu esevula izibuko lokuwela kwathiwa nguMwelase,
Hlathikhulu,
Manzezulu, Phuthini,
Khuhlase kaMgabhi!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Mazibuko! Xhumana nathi ngo- Whatsapp kule nombolo: 061 868 5163 wenze i oda lakho!

Price: R200.00

Izithakazelo zakwa-Mavundla

Izithakazelo zakwa-Mavundla

Bhembe,
Mwelase,
Wena kaSnakanaka kaNtendeni,
Owagedl’umhlanga wawushiyelela,
Nzima, Nhlanganiso,
Mthimude,
Wena wakwaGezamhlanga,
Thabekhulu!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Mavundla- Xhumana nathi ngo- Whatsapp kule nombolo: 061 868 5163 wenze i oda lakho!

Price: R179.00