πŸ’›

izithakazelo

Tag: oogxaba Page 3 of 4

izithakazelo zakwaMasimula Clan Names

Ngicela ningitshele izithakazelo zakwaMasimula nomlando wabo ikakhulukazi laba abase natal nokuthi badabuka kuphi

Sobohla manyosi

Sobohla manyosi : lenkulumo ijwayelekile kodwa inomsuka wayo .imuphi lowo msuka ?

Lenkulumo yashiwo uDingane kuManyosi mhla uManyosi eqembuka kuDingane eyokhonza uMpande kthiwa uManyosi wayethola izimbuzi kuMpande, kthiwa wayeyidla ayiqede nya eyedwa, kahle kahle ukusonga loku.

Izithakazelo zakwa Masimula Clan Names

Masimula Surname

Masimula, nkosinkulu, mlotshwa, mbonani, migidi, ngulube azembelani engembelenye iyaquba ,ngabade ,boyane ,umakhonza akhonzele futhi abanye bekhonza bagoduke ,umfazi wamabele amade ngaphesheya komlambo ,iligwa neligwana ,mgidi wako dumako ,mlamuli wakomagwabo ,ngowalamul’izinkunzi ezimbili zilwa ,indumandumane eyaduma ezizweni ,bathi umlotshwa ngowakuphi na? ngumlotshwa wako zingelwayo ,abamfunayo abamfumani..

Izithakazelo zakwa Gcabashe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Gcabashe

Qwabe,
Mnguni kaYeye,
Mhlathuze,
Njonjo, Masimula,
Hlobo lukhulu lwadl’amasi lwaze lawashiyel’esiyevini,
Thamb’elimanephu!

Member of the Firm’s Management Board. Specializes in domestic and cross-border private mergers and acquisitions. Ranked in Chambers Global 2025 and Legal 500 as Leading Partner for Corporate/M&A. Advised on multi-billion rand transactions including Old Mutual, Mr Price Group, and Allianz SE. LLB from University of KwaZulu-Natal.

Page 3 of 4

Β© 2026