Masimula, boyana, biyela, Mnguni, Mnguni nkomo, mhlophe, Chinswayo, zambule, wena owagabha ngamashoba amabili ezinkomo abanye begabha ngezandla, wena owabamba impi esandlwane kwakhala abafazi babuya bethwele imikhono emakhanda bethi:we hhem myen, we hhem Myeni, Masimula…

Myeni Clan History & Origin | Umlando

Umlando wabakwaMyeni | Myeni Surname | Myeni Clan NamesAbantu bakwaMyeni bangaMaNtungwa Nguni . Isizinda sabo silaphaya eBabanango eduze nomfula uMhlathuze. Read more

Izithakazelo zakwa Mnguni❤️

Mnguni, gxaba, mthalawushe, mbandezinoboya, makhaphu khaphu, mzilikazi kashobane,nina enehla nobulembu ezulwini bedlumbona nje badlugxaba