If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: petersdorff Page 1 of 2
Von Petersdorff Clan Names, Meaning & History.
Von Petersdorff surname info is currently not listed.
Izithakazelo zakwa Mkhize
Mkhize
Khabazela
Mavovo
Zihlandlo
Wena ka Khabazela kaMavovo
Mumb’ omhlophe okhanya amasi esiswini
Nhlam’ eyaphelela etsheni ngenxa yokubadaphunela
Ngunezi
Singela
Bambo baMbulazi
Abadla umuntu bemyenga ngendaba
Sibiside esimajembelezana
Sibiside esimaphandla
Esaphandla abenguni bavungama
Malala amahle
Nina enalala nomunywe endunu
Navuka nakhwifa ilanga
Mkhize Clan Praises π Izithakazelo zakwa-Mkhize
- Gcwabe,
- Khabazela,kaMavovo kaZihlandla,
- Gubhela,
- Mumbo omhlophe,
- Wena waseMbo,
- Wena okhanya amasi esiswini,
- singela,
- Nhlama eyaphelel’ etsheni,
- Ngunezi,
- Mumbo ombulazi,
- Nina enadla umuntu nimyenga ngendaba,
- Sibi side esimajembelezana,
- Sibi side esimaphandla esaphandl’abeNguni bavungama,
- Nina bengwaz’ emabhudle,
- Eth’ isabhudla yabuye yaphinda yabhudla
- Malala amahle,
- Nin’ enalala nomunwe,
- Navuka nakhwif’ilanga.
- Nzalo kaSambela,
- Nina bakaSidaphudaphu ngokubadaphunela,
- Nzalo kaLuzalo!
Leave a Reply