Iziduko/izithakazelo zakwaMshumi 😍 Mshumi Clan Names MNGUNIKAZI, PHAKATHI, NONKOSI, NOFAYISE !
Izithakazelo Zakwa Phakathi, Phakathi Clan Praises
Izithakazelo Zakwa Phakathi, Phakathi Clan Names, Phakathi Clan PraisesNina bakwaMthent’uhlabausamilaBakwaJuqulodlamahlezaBakwaNyoni kaMamasiyephiIbuye noNgce eSibgubuduYathi Mamase phumungicombeleZinamanyayezakoSozayiZibuye nembewisaphethweNina bakwaMthonguthongwanaUmuthodlamaNyanyambeyaNina bakwaSigaguNina bakwaZikhethankomoNina bakwaMhlambushiyanukwayusaNina bakwaNdamase wasekuYeyeniNina bakwaLanga liphume ladelaLakhumbuyamanyamayangaLaze lakhumbula koMafuyaNina bakwaMlotshwaNina bakwaSambane!
Mncwabe clan names
Mnguni,Mpangazitha, Phakathi, Sishangwe, Mjoji, Makhathini!
Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka
Undingasthebeni Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala #umsuka Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.
Ukuwotha ubomvu
Ukuwotha ubomvu (umlilo) lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele
Izithakazelo zakwaMncwabe
Izithakazelo zakwaMncwabe Mnguni, Mpangazitha, Phakathi, Sishangwe, Mjoji, Makhathini!