clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Phenyane

Izithakazelo zakwa Phenyane

izithakazelo zakwa Phenyane:- Phenyane Mboma KaMqele wena KaMangena nezitha eKhaya,KaMvovo Ndayiya Mathula, Wena WeSikhonyana esimakhanda makhulu ukuba ayemancane ayocoboka,

Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka

Undingasthebeni

Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala

#umsuka

Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.

Ukuwotha ubomvu

Ukuwotha ubomvu (umlilo)

lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele

Izithakazelo zakwa Phenyane

Izithakazelo zakwa Phenyane

Umlando wakwa Phenyane

Uma kukhona onolwazi ngezithakazelo noma ngomlando wakwaPhenyane, sicela ulwazi ulufake kuma-comments ngezansi.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: