πŸ’›

izithakazelo

Tag: rijsbergen Page 3 of 4

Mpondombi clan names & History

Thwala, Mnyamnde, Nhlekazi, Dabane, Thwala loMzimkhulu, Motha, Siwela, Skhandisa Samakhosi, Mkhonto lodume njengezulu, Asivali emyango sivala ngamakhanda amadoda, Malindisa, Nongombili, Nyembe !

Motha Clan Names, Meaning, Origin & History

Motha : If you know Motha or their history, please add it by leaving a REPLY below or by clicking this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Izithakazelo zakwa Motha Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Motha 😍 Motha Clan Names:
Motha,
Mvulane, Khathide, Nongombili,
Ndlebenkomo, Mdlalose,
Wena lo wadla indlala kanye,
Engabe ngomuso u yodlani?
Wena ohamba ngemvula,
Jojo lika Sobhuza !!

UHubhu kaBhejane

UHubhu kaBhejane.

Lana kusuke kukhulunywa ngomuntu uma eqamba amanga kuthiwa uhubhuza uHubhu kaBhejane

Umsuka: uHubhu kwakuyindodana kaBhejane isbongo kungowakwaDludla wayephila ngeskhath senkos uCetshwayo….kuthiwa uHubhu wavele wasukeleka nje wayobika ukuth abantu benkosi baphelile befa sekusele izidumbu nje esho eqamba amanga, kwasukela lapho ke ukuth umunt uma eqamba amanga kusetshenziswe lesaga.

Page 3 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén