πŸ’›

izithakazelo

Tag: secilie Page 4 of 828

Izithakazelo zakwa Gama & History

Gama
Mbhokane!!
Mdluli
Maphalala
Mthulela welanga
Mbuya lende eyamila esangweni
Mlotshwa,
Wena owathunda egumeni kwa Mngomezulu, Mpembe
Wena ohlaza njenge ncoshane,
Dluli wenala,!!
Wena wamafu wena oweza nomkhemezelo weza nemvula,
Mduba,
Mkholwa
Gama omnyama owalandela impofu eyaphelela eSwazini, Ngcangcanana,
Manyoni
Nina baka Zulukalingeni wase Ntubeni, owawela iShire ngezikhali.
Mlangeni,
Nina baka Nsukumbili wase Dlangeni
Gama!!

Shipalana clan names & History

SHIPALANA surname is currently not listed, if you know some info like clan names or history of this surname, please add by commenting below.

Makhushe Mgabadeli

Makhushe
Mgabadeli owagabadela inkundzi kabulawayo !

izithakazelo zakwa Makhathini clan names & history

Xulu,
Gxabhashe,
Donda,
Wena Wase Nkweleni,
Phuhla Phansi okwe Khowa, Ndlovu,
Weno Washayu daka kwavela Bantu nezinkomo,
Sonkophe Nkophe zinde ezingakingani nezabafokazane,
Jiba Msiyane NoNgalo !!

Page 4 of 828

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén