SGUDU. Mswandle wena owagcuma edwalweni washelela wabikela injokozane nesililo Mshengu ka Tshabala mazombasibekele zembe elibukhali elakhaliphela abafokazi Ndabezitha.