clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Njiyela Clan History, Umlando wakwaNjiyela

ONjiyela ODlabazani ozibaya zenkomo obhuluphuthi onyongo yendlovu omshubani omshubani omabheshu anqondo mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi ohlathi abaveza umakhoti. Sibala Umsewu
Ukhethwa
Umngcwaba
Umajava
Ungudle
Atc isizukulwane sasobholo owayeyimpondo akhe endaweni yasentlezi ekhe nomngani wakhe omkhulu ubhengu so bathi besahlezi kwaba nezimpi abazilwa ubhengu NoNjiyela mabesempini enhlezi wase uyashona uBhengu Usobholo ke wakhetha ukuthutha lapho waya emzimkhulu endaweni yasemambhulwini wafike wakha khona mase akhile waqamba umfula wathi ubhengu okuwukuthi umuntu wakaNjiyela akawuweli umfula wakaBhengu.



🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwa Malwane Clan Names

Next

Quphe Clan names, Quphe Surname

1 Comment

  1. Luvuyo mavana

    Ndiyawuva lomlado kodwa ingathi awupheoelanga

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

β“’ 2025