clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Shabangu

Izithakazelo zakwa Gama

Gama Clan Names :

Gama!

Mlangeni,

Shabangu,

Mbokane,

Mdluli,

Manyoni,

Siwela sakwaNonkosi,

Wena kaDingane,

UMlangen’omuhle ngezindlebe

zakhe,

Wena kasidwaba siluthuli

singabangcwaba seza nomlandakazi,

Ludonga lukamavuso,

Ivuso eladla umuntu esesiswini,

ongaphandle wasinda

ngokutibalekela,

Sidlubula dlwedlwe sakwalobamba,

Sitsi sibapha sibe sibadlungulisa,

Titfo timbhobho timchiliba,

Wena owawela ubombo

ngokuhlehlezela,

Ngwane kaBhuza, kaSomhlolo,

Ngwane lomuhle sibili,

Gama!

Mlangeni!!!

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa

lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.

Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani

Izithakazelo zakwa Gama 😍 Gama Clan Names

Izithakazelo zakwa Gama

  • Gama,
  • Mlangeni,
  • Shabangu,
  • Mbokane,
  • Mdluli,
  • Manyoni!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: