Shelembe
Mzamela dayingubo blose, Jakob kamqwazi, khanda lehlulimbazo kwabo kamaskhakhane madziba blolokodlela kanoleshe mdutshulwa mtshelwa gcamu mlotshwa khabahle mbulali wezangoma
Tag: Shelembe
Ubude abuphangwa
lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.
Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani
Izibongo zakwa-Shelembe
Mzamela!
Gobimbo
Khabahle!
Mdinwa
Mtshelwa
Fakazi
Dayingubo
Ngcamu!
Bholokodlela!