πŸ’›

izithakazelo

Tag: sihlu Page 11 of 71

Izithakazelo zakwa Mathe clan names & History

mathe, nombokodo, sjekula kamaqandahleli kamaflathel indlu yengwenya, omajicwana kanoma kamafahlaz ntomb’ ibuy’ esokeni layo!

Izithakazelo zakwa Mabilane clan

Mabilane clans currently not listed. if you know some or all of them, please add by commenting below.

Izithakazelo zakwa Mkhandela Ndlovu Dikida clan praises & history

Ndlovu, dikida kamkhandela wena owaqumisa amafutha okuphehlwa wena owagijimisa inkentshan eslanjeni, Nina begqalashu zinja ziyaphinga zikhinqelana abantwana, Nina bakafaku ntombi nensizwa zakha umsobo owawumile ethuvini zaze zawgxamalazela, Dikika!

Izithakazelo zakwa Mgabhi clans & History

Mgabhi clan names:

Somvalo,
Sonani,
Ntshongwane,
Mazizikazi,
Nqashi !

Page 11 of 71

Β© 2026