izithakazelo

Tag: sihlu Page 15 of 71

izithakazelo zakwa Nyawuza …umlando

Nyawuza,
Thahla,
Ndayeni,
Ziqelekazi,
Mantwan’antle,
Uhlamb’angobubende,
Amanzi ekhona,
Umsiza umtobho!

izithakazelo zakwa SILUMA

Shodo Cekwa Shiyabantu
Zawuzawu

Izithakazelo zakwa Kweyama clan names & History

Ezakithi izithakazelo ngokwazi kwami
Zithi:

Kweyama, Vezi, Mthende, Mgabadeli, wena owagabadela inkundla yakwabulawayo, wena indima yakho kayilingani neyamavila, Mbomboshe omnyama…

Izithakazelo zakwa Tenza clan names & History

Tenza,
Mbungela,
Mkhontobovu,
Hlanjwa,
Ngubengwe,
Ngubebutho,
Mkhabela!

Page 15 of 71

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén