Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo🔥Umlando💙Clan names💯Iziduko🙌🏾

Tag: Siwela Page 2 of 4

Izibongo zakwa Msibi

Ezakwa Msibi:

Ngqose clan iziduko zo Zumbe
Ngqose clan iziduko zo Zumbe

Zumbe, Ngcwina, Nyama yangaphakathi Nyama yesisu Siqwephu solusu, Nyama emdaka ethandwa Ngabafazi, Manene amahle noba Read more

Izithakazelo zakwa Xolo
Izithakazelo zakwa Xolo

Xolo Clan Praises: Ntamonde, Thusi, Dunywa!

Izithakazelo zakwa Nkosi

Izithakazelo zakwa Nkosi

  • Ndlangamandla,
  • Mphazima, Mntungwa,
  • Mawandla kaNdlela,
  • Nina baseMandlovini,
  • Mlotshwa, Siwela,
  • Mphazima kaLanga,
  • Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
  • Mabuya sezembethe’ugogwane,
  • Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
  • Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
  • Nkonjane yenkosi,
  • Mpangazitha!

Zikhona izikibha, xhumana nami: 061 868 5163

t-shirts: R200
Hoodies: R400

Ubude abuphangwa
Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho Read more

Mbona Clan Names
Mbona Clan Names

Mbona; Thabisa; Msuthu; Mphungashe; Khwehle; Qwanikazi; Wena kamdidi nkunzi eyaqwanda ezaleni kwavela um'nt'omuhle; Omaduba ubukhosi Read more

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha


Mlungwana Clan names

Mlungwana Clan names

Mlungwana Clan names Myirha, zondi, ziyeka, thambo le nyoka lihlaba elimzondayo, sampu.


Umlando Wesibongo Sakwa Mbhele

Umlando Wesibongo Sakwa Mbhele

Umlando Wesibongo SakwaMbhele 😍 Mbhele origin 😍 Mbhele Clan 😍 Mbhele history Abantu bakwaMbhele bazalana kanye nabakwaNtuli kanye Read more

Page 2 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: