izithakazelo

Tag: skapa

SKAPA Clan Names & Family History | Umlando

Skapa Clan Names, Meaning & History.

Skapa surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Queen Nandi 😍 Indlovukazi uNandi

Umlando weNdlovukazi uNandi

UNandi kaBhebhe, c1760-10 kuMfumfu 1827, uzalwa uBhebhe owayeyinkosi yaseLangeni. UNandi waye dume ngobuhle bakhe. Wangemunye wesifazene owaba negalelo elikhulu ekubunjweni kwesizwe sakwaZulu. Ungunina weLembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha uShaka kaSenzangakhona.

Ngelinye ilanga eye emlanjeni nezinye izintokazi wabonwa umntwana uSenzangakhona kaJama obekade ezingela kanye nabaqaphi bakhe. Kwathi lapho uNandi esekhulelwe, isisu sayo bikwa esigodlweni sika Jama. uSenzangakhona wasiphika isisu sikaNandi, wathi akakhulelwe uphethwe itshaka isifo samathumbu.

UNandi wakhulisa uShaka kanzima kakhulu, okwa qinisa uthando lukaShaka kunina. Waye thanda uNandi kuphela uShaka ngoba ebone ubunzima aqondana nabo (lolu thando lukaNandi lwagqama kakhulu mhla ikhothama indlovukazi, uShaka wacishe wabulala uZulu wonkana nxa kuzilelwe uNandi, Isikhihlo sikaNandi). Kanti uShaka wayengamfuni uyise uSenzangakhona, ngisho noma esemhlawulile walobola noNandi waxolisa. Ngombuso kaShaka uNandi wayenamandla amangazayo, izwi lakhe lalinga lambathi. Kwesinye isikhathi wayekwazi ukuphikisa yena uShaka. uShaka waye wakhonze khakhulu amaqhawe, kanti uNandi, uMkabayi kaJama, uNomcebo kaSenzangakhona noMthaniya kaZingelwayo kwakuyibona kuphela abantu besifazane ababengamaqhawe kaShaka

uNandi kaBhebhe, wakhothama ngomhlaja 10 kuMfumfu, uShaka wayekade ezingela ngaphesheya. Kwaba usuku olubuhlungu ka khulu kwaZulu. Isililo sikaNandi sakhubaza isizwe ngendlela emangazayo, akekho owayevumeleke ukuzala, ukushada, ukutshala, nokuthula. Isizwe sasizilile, lolu akugqamisi kuphela amandla kaNandi kaBhebhe kodwa uthando uShaka ayenalo kunina

Popular people from Ndlovu last name

July Ndlovu (Mining/Finance)
Zimbabwean-born CEO of Thungela Resources, one of South Africa’s most successful coal producers. Began career as graduate trainee engineer earning R1,500 per month, rose through ranks at Anglo American Platinum. Led Thungela following its demerger from Anglo American in 2021. Under his leadership, company grew from R3 billion market cap to returning R22 billion to shareholders in four years. Earned R59.79 million in 2024. Born to peasant farming parents in rural Zimbabwe, holds degree in metallurgical engineering from University of Zimbabwe. [citation:1]

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén