Nxasana,
Skhonza ngenkomo kwaba semzini abafokazana bekhonza ngomlomo,
Dunjana,
Mkhiwa,
Mbekela,
Mamba emnyama eyacanda isiziba sigcwele,
Nonduna!