πŸ’›

izithakazelo

Tag: smit

Izithakazalo zakwaBenya Clan Names Umlando

Benya Clan Names πŸ‘‘
Benya πŸ’›, Maduli, Ngogo zabantu, Mabhincela esangweni , abanye bebhincela endlin, Mbovu , somahhashi , Nyoni emnyama esidwa isisila sayo unomasikisiki, Bhongoza omhlophe , Mpukane ephandana nabaqhungayo !! πŸ™ŒπŸ™Œ

Izithakazelo zakwaMadondo Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMadondo

Mnquhe,
Wena waseQhudeni,
Zikode kaNgaba,
Mwelase,
Mpukane kaMgedeza,
Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!!!

Page 2 of 2

Β© 2026