πŸ’›

izithakazelo

Tag: spaas Page 1 of 2

SPAAS Clan Names & Family History | Umlando

Spaas Clan Names, Meaning & History.

Spaas surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka

Undingasthebeni

Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala

#umsuka

Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.

Isihlonipho 😍 Yini isihlonipho?

Isihlonipho – igama noma inkulumo ekhomba inhlonipho kunokuthi kusetshenziswe eliqondile (isib. inkosi ikhotheme/ubaba usuthi, kunokuthi, ishonile/udakiwe).

 

Yini umsebenzi weziphicaphicwano?

 Yini umsebenzi weziphicaphicwano? 

  • Abantwana bayazithanda iziphicaphicwano ngoba zibachithisa isizungu. 
  • Abantwana bacabanga masinya futhi bacophelele. 
  • Zivula ingqondo yabantwana, zibenza banake izinto ezibazungezile. 
  • Zehlukanisa amadoda kubafana. 
  • Ziyacacisa ukuthi yimuphi umntwana ophiwe ubuchopho obuvuthiwe. 
  • Abantwana bafunda ukucabangisisa bese bekwazi ukuzisungulela ezabo.

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén