Yini umsebenzi weziphicaphicwano?
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
- Abantwana bayazithanda iziphicaphicwano ngoba zibachithisa isizungu.
- Abantwana bacabanga masinya futhi bacophelele.
- Zivula ingqondo yabantwana, zibenza banake izinto ezibazungezile.
- Zehlukanisa amadoda kubafana.
- Ziyacacisa ukuthi yimuphi umntwana ophiwe ubuchopho obuvuthiwe.
- Abantwana bafunda ukucabangisisa bese bekwazi ukuzisungulela ezabo.
Leave a Reply