πŸ’›

izithakazelo

Tag: spete

Izithakazelo zakwa Siluma Clan Names

Izithakazelo zakwa Siluma 😍 Siluma Clan
Shodo M’Cekwa Mthombeni wena lowa shiyabantu njengezinyamazane wena lowathombela phansi kwesihlahla semnyazi.

Izithakazelo zakwa Thikazi Clan Names

Thikazi Clan Names
Siluma,
Ndlundlu,
Mambakazi,
Wena owashiyabantu bekubuka izinyawo,
Wena kaQeda kaBheka,
Wena Mhuqula Mbenge,
Wena waseGodlwayo kungagodlwe muntu kugodlwe izihlangu zamadoda,
Mambakazi !!!

Siluma Clan Names Simula Clan Names

Siluma Clan Names
Thombeni Thjikwana gegana yangalala ngaboye entabeni yemabulembu Ndebele makonkwana waphambana ne nkomo adle uMalusi …….thombeni gegana ndlov’buthwa.

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Page 6 of 6

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén