Sikobi : If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names or their history, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES
Tag: sphondo Page 2 of 3
Sikobi was the first son of mr Madikizela whose father’s were from the descendants of Papa, Nqwanda, Makhalendlovu, Msengesha, Ngutshane who was a twin brother of Ntshangase who moved from the Area called Izotsha before named Portshepstone because of hunting to Eastern Cape.
Abantu bakwa Sikobi bavela kuMadikizela, uMadikizela uvela ozalweni luka Msuthu nowafika kwelakwaZulu wahlangana no Mkhize endaweni ebizwa namuhla ngoMzikhulu, bona babedabuka kwelasebesuthuthwini, uMsuthu ezalwa uNtamonde, kuzwakala ukuthi uNtamonde wayengowaka Mphila noma Mphela abagcwele endaweni eyabe ibizwa nge Northern Transvaal manje esibizwa nge Pitoli.
Kuzwakala ukuthi babebizwa ngabembi bensimbi lapho bathi abaka Mkhize uma beyohlala phakathe nelakwa Zulu kwaNxamalala babizwa ngabambo beshiya abakaMsuthu enzansi nelakwaZulu.
Ngakho abakwa Sikobi babengabeSuthu njengabo oMadikizela akusiwo amaMpondo njengokusho kwabanye.
Leave a Reply