clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Thabethe Page 1 of 2

Thabethe Clan Eswatini nako Mpumalanga

Sinanatelo Thabethe | Thabede

Sithebe samasina esaphuma sevakala ngomkhosi wokuhlatshwa. Nina bengunguluzane kwade kwasa begunguluza amadoda nabafazi bakhala abafazi bathi maye; Sihlahla somhlanti esisiphuka nezimpande zaso. Nine bambambela atiyikubolekwa. Maye mahlanti nibahle. Nina eneta nitfwele emaventi manti ngemilomo. nine beNkosi !!!

Izithakazelo zakwa Thabethe Thabede Clan & Histoy

Thabede kaJiyane, Gambu, vezi kandaba, mwelase ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomfula nina bakwa mgaga begagasa, dlaba kanohlengela, mlotshwa mkhonto owadlula wadlinyama, nina bakwa ndlebe kazizwa kanti ziyezwa, xwayela, nina abehla ngesilulu ezintabeni zobombo abanye behla ngezinyawo. Nomaswiliswili luphaphe lwempangela, guqabathokoze abafokazana mbizana zotshwala, mqandompofu, ndidane, mchabadankosi ngoba wachabada uNgwane ka-Mbilini
Mswatomhlophe! Unwele olode maThabede.

Thabethe clan names

Mqhathi wempi aphinde azilwele

Izithakazelo zakwa Thabethe Clan Names

THABETHE
VEZI
MWELASE
GAMBULAKHE
NINABAGUMEDA UMUNTU NGOMQWAYIBA
BASIPHULA MUNTU NGAMZIMBA
UMBENUMBENU NHLIZIYO MATHANDA KAZULU
NINA BESIJIBA MPHINI KOSALA IZINQAMU
BEQALASHE ELIKHULU
LONELABALEKA LASHIYA IZINJA ZAKWANSWANGWANA
MNCAYIZANA
MBIZANA ZOTSHWALA NINA ENEHLA NGESILULU EZINTABENI ZOBOMBO ABANYE BEHLA NGEZINYAWO !!

Izithakazelo zakwa Sihlali Clan Names

Sihlali,
Mavundla,
Thabethe,
Jiyane,
Khokho lomhlangiso ongalali ecobosini walala e ocosini, uvuka usufile !

Ngubo ® clan names. Ngubo Surname Meaning 😍 Ngubo Origin. Ngubo History

Ngubo,
Ngxabi,
Thabethe,
Gwili,
Notholoza,
Nyamanencane eyandel’esadnleni,
Bahlab’inkomo basikelane bonke,
oNoyila,
oMtuma,
ooGobeni,
oomvelase ,
oo mjoli ,
oomagqagqandane,
nina bangase ntla

Izithakazelo zakwa Thabethe Clan Names

Thabethe Clan Names
Madliwa,
Nyamande,
Nyamakayishe,
Ishe ngokphephezela,
Msun’ sengwayo Onjengethole,
Wena owake wabona,
Umsun usengwa,
Gaduka!

Izibongo zakwa Thabethe

Thabethe Clan 😍 Thabethe Surname Meaning, Thabethe Origin, Thabethe History

THABETHE,
MADLIWA,
NYAMANDE,
NYAMAKAYISHI ISHONGOPHEPHEZELA

Izithakazelo zakwa Sosibo Clan Names

Sosibo Surname info

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: