πŸ’›

izithakazelo

Tag: thembane

Ukutshela kwezikaBhoqo – thola incazelo

Ukutshela kwezikaBhoqo

Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso.

Umsuka…..ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa ngathi isisu asisenalutho ngaphakathi

izithakazelo zakwa Nyide Clan Names

izithakazelo zakwa Nyide

Bhadela!
Mudliwezilo!
Mathole!
Mahulube!
Novazi!
Nina enahlahlel’umhlanga kwavel’indlela!
Nina boman’esithebeni njengensonyama!
Zinkomo zidl’ekhaya ngoba ziswel’abelusi!
Nyid’omuhle ngezinto zakhe!
Ndabase!πŸ™πŸ½

Page 3 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén