Mjiyakho :

Izithakazelo zakwa Mjiyakho

Mwelase , Mdangela, Njumbane, siwela, Ndaba, Mthiyane, nina enawele umfolozi nge hhashi elimhlophe nelimnyama, Qandela kaNongalo, Nina ena bhala ngo msizi abanye bebhala ngonzipho, Thiyela kamgabe !