πŸ’›

izithakazelo

Tag: tobit Page 6 of 8

Lixhoshwa libhekile meaning

Lixhoshwa libhekile- Kusho ukuthi umuntu udidwa into ayaziyo.

Umhawu usuka esweni meaning

Umhawu usuka esweni- Kusho ukuthi umuntu ubona ngamehlo
bese uyahawukela.

Kawuwelwa umfula ugcwele meaning

Kawuwelwa umfula ugcwele– Kusho ukuthi ungaweqi amazwi
abadala wothola ingozi.

Iso liwela umfula ugcwele meaning

Iso liwela umfula ugcwele– Kusho ukuthi umuntu usuka aze
asuke nalapho kungasafanele.

Page 6 of 8

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén