Incazelo:
Amanzi azwiwa ngoboko – Kusho ukuthi into woqale uyihlole
kande uyenze noma uyithathe.
Incazelo:
Amanzi azwiwa ngoboko – Kusho ukuthi into woqale uyihlole
kande uyenze noma uyithathe.
Incazelo:
Lokhu umuntu ukusho uma esuke udlulisa ukubonga okukhulu;
noma uma esuke ekhombisa ukujabula ngokwenzekile.
Incazelo:
Lesi sisho sichaza ukuthi umuntu wokuhamba weneliswa ilokhu anikwa khona / umhambi wamkela noma yini omnika yona.
Isisho β Amanzi amponjwana
Incazelo β Utshwala besizulu
Isisho β Insakavukela umchilo wesidwaba
Incazelo β Into eyenziwa njalo
Isisho β Izilo zokwelamana
Incazelo β Abantu abazalwa mfazi munye
Isisho β Ugwayi kakholo
Incazelo β Umuntu ongathanga chi
Isisho β Ukubhekwa isambane
Incazelo β Ukuba neshwa lokungaphumeleli
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén