Tag: tops
Izithakazelo zakwaMemela:
Gambu,
Msuthu,
Memela,
Ngwekazi,
Dumabezwe,
Ntethe,
Kumayakayaka;
Sidwab’ esimantwenguntwengu ngokudliwa yinundu.
Bhele likaMdingi โ
Yenโ ongakhokhobi njengoMacingwana, yenโ okhokhobelโ engonyameni.
Sidwaba sokudabuka;
Msuthu ka Langa.
Makoti owadla igqila ethi udla inyama.
Nina abehla ngesiLulu, naningazele usizi nanizele ukubusa.
Mbhaba owakhahlela kuqala eminye ingakokhahleli!
Kant’amaGambu ngabombizane, babiz’umuntu edlula ngendlela bathi akaze azosika wath’esefikile badlanaye kanti baz’omnikez’inkom’eGambu.
Mshukangubo,
Ngwekazi kaLanga,
Nombele,
Mathโ amahle,
Zinyawo zenkosi.
UThabethe nguMthwa oluthuli; baze bathi nguNontuli ozitha zasal’edengwane ngob’ uMemela esethukuthele.
Uzalo kaMdingi; umshisi wezikhotha eshisela ababemshisela naye.
Bathi ngu Hlawula, ngob’ ethi “hlawul’ ukudla kwami, njandini!โ
AbakwaMemela, ngabantwana bomthwakazi. Ngabathwa abaluthuli abathwalโisiba lomkholwane, lona lingathwalwa ngabafokazana, lithwalwa ngamakhosi.
Ngu Thokozani Lesedi Memela
- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze,
- Mavela,
- Mafuzafulele njegefu lemvula,
- Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
- Mavulankungu kuvelilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili
Dube
- Mbuyazi,
- Lushozi,
- Mafukuzela,
- Nyamazane,
- Nzwakele,
- Mbuyisa,
- Gobhozi,
- Nyuswa,
- Ngcobo,
- Fuze,
- Mapholoba,
- Ama-Qadi
Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.
Dlodlo:
- Mabanga,
- Mtingi,
- Bangile,
- Bhengela,
- Mthiyane
Duma/Dumisa:
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Walaza,
- Dlangisa,
- Gcwensa,
- Ndimande,
- Mvula
Nzimande
- Mphephethwa,
- Mdluli,
- Mdlobhiya,
- Mangcamane,
- Ngwekazi,
- Gwala,
- Mancama,
- Vilakazi
Dumakude
Shange
Nzimase
Sishi
Goba
Jangaza
Ntshalintshali
Phathwayo
Gwagwa
Mlambo, Qunga
Gwamanda
Yenga, Sochumase
Jwaha/Jwara:
- Mbelwa,
- Mnangwe,
- Sjekula,
- Gubeshe,
- Theleza,
- Lenge,
- Ndawonde
One of South Africa’s biggest-selling artists who recorded 22 albums in Zulu, English, and Afrikaans. His music addressed social issues and injustice.
Educator, journalist, and editor of Ilanga lase Natal newspaper. First principal of Ohlange Institute.
Represented Botswana in international athletics competitions.
Previously involved in strategy formulation and execution for insurance company operating across seven African countries. Led initiatives building scalable operations capabilities integrating people, processes and technology. Holds Master of Philosophy in International Business from GIBS, Postgraduate Diploma in Management from WITS, and BSc Computer Science from University of Cape Town. Appointed June 2024.
Alongside the Mkhwanazi, Mbonambi, and Sokhulu clans, the Dube royal family oversees community development funds from titanium mining operations on their ancestral lands.
His case follows centuries-old tradition of seeking forgiveness from the monarch, similar to the Magagula clan who received pardon from King Mswati II around 1845 through the intercession of Prince Madzanga I.