πŸ’›

izithakazelo

Tag: tordiffe Page 5 of 15

NGWANE CLAN NAMES, Meaning, Origin & History

Ngwane, Masumpa, Magaga Ka Nsele owanele njengo mthakathi, masengaliseke, Ndukuzinobulongwe, mntungwa, ngwane lihle wena omkhulu, nyoni edla ezinyeni, Matiwane omkhulu, cala akalenzanga ubufakazi ukumangalaπŸ˜’πŸ’žβ€

Izibongo zakwaMbuthu & History

Mbuthu clan praises

Mzizi,
Sgubhazane sikaMashobane,
Tshani buyasha buyahluma,
Mabele buyela kwasfuba,
Bubi abubulali,
Soji kaMakhuzwa,
Ntungwa lasenhla,
Ngwane ,wena owehla ngesilulu,
Msezane kaMabuya,
Dlabazabana !

Maphisa clan names, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa Maphisa

Vezi, ngwane, gazelinconjiwe nasasa lobe linconjiwe, y’sinde zamanye amadoda, mphakulo onjengabantwana !

Izithakazelo zakwa Langa & Clan History

Langa,
Sothole,
Zikode,
Mashiyabantu,
Wena kasbhudukazana zavuka zamnyathela,
Skhotha somlalane esisha singapheli,
Mchwayo,
Ngwane,
Okasdumaza,
Wena owasemlanjweni !

Page 5 of 15

Β© 2026