πŸ’›

izithakazelo

Tag: toyk Page 2 of 4

Izithakazelo zakwaKhanyeza Clan Names

Ngwane

Bhengu

Shongololo

Ngcolosi

Dlabazane

Malala alala nomunwe endunu

Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga

Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi

Jali

Imvelaphi yabakwaKhanyeza:
Abantu bakwaKhanyeza kusengabantu bakwaNgcolosi (Bhengu) , bakanye nabakwaJali

Izithakazelo zakwaKhanyeza Clan Names

Ngwane,

Bhengu,

Shongololo,

Ngcolosi,

Dlabazane,

Malala alala nomunwe endunu,

Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga,

Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi,

Jali !

Njiyela Clan Names 😍 Iziduko

NDICELA UKWAZI UMLANDO NOMNOMBO WESIDUKO SAM. NASI: Njiyela, Dlabazana, Gaba, Ngcolosi, Silangatha, Bhengu, Zibaya zenkomo, Nyawo zineswekile…

Izithakazelo zakwa Bhengu Clan Names

Izithakazelo zakwa Bhengu

  • Ngcolosi!
  • Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,
  • KaNephu kaLamula,
  • Nyawo zigezwa ngamazolo,
  • Nina enivuka nixubhe ngelala,
  • Shongololo,
  • Wathi uyalithinta lahwaqabala,
  • Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze,
  • Nyawo zeshongololo kaziphumuli,
  • Sigampu,
  • Ngwane, ingwani ngwadi,
  • Abayibone ngesond’ukuthi iwelile,
  • Jali,
  • Nina enilala nomunwe,
  • Nivuke nikhwif’ilanga,
  • Mmemezi kaHlangabeza,
  • Ngcolosi!

Zikhona izikibha nama-jacket akwaBhengu: Whatsapp/ Call: 061 868 5163

Bhengu-Ngcolosi
Bhengu-Ngcolosi

Prices
t-shirt: R200
hoodie: R400

Fled Swaziland after a cultural conflict and established the Ngcolosi tribe. His followers settled in Ntunjambili near Greytown in the KwaZulu-Natal Midlands, eventually spreading to Durban and the Umngeni River area near Inanda. Rewarded with 100 cattle for his exceptional care, he used part of this wealth to pay lobola for a Mkhize wife, continuing the royal bloodline. His reign was marked by conflict with the Zulu king, leading to his death when warriors threw him into the Thukela River. His descendants split into two branchesβ€”one remaining in Durban and one returning to Ntunjambili.

Page 2 of 4

Β© 2026