๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: trubel

Ndlangisa ยฎ clan names. Izithakazelo zakwa Ndlangisa ๐Ÿ˜ Ndlangisa Origin. Ndlangisa History

Ndlangisa,
Thole,
Ggagqane,
Cweleka,
Mzimshe,
Buzini,
Mpundeshe,
Duma ka Mthombeni Mcaca,
Ntumbeza,
Mfingo,
Lwandle,
Mlamb’awuwelwa uwelwa zinkonjane zodwa zona zimaphikomade !

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Page 3 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén