πŸ’›

izithakazelo

Tag: tsaane Page 4 of 10

Izithakazelo zakwa Ntshangase clan praises

Ntshangase, kaMtshoko, kaNtamonde, kaMsuthu, kaSabelo, kaMhuhuhu, kaBhele!
IZIDUKO
Msuthu onemikhala,okhala njengenkomo, Ndala welanga, Mbokodw’ezibomvu zokugaya amalovane, Nomathebe, Ndab’ezitha, Makhal’endlovu!

Makaula clans & History

Makaula surname info

Zulu,
Kalimeshe,
Nofisa,
Ndabezitha,
Mageba,
Ogafe ofa gamaloyo!

Izithakazelo zakwaMajola clan names & History

Majola,
Macingwane,
Bhude limlomo obomvu,
Yeyesa,
Mlomo ongathi owentsiyane,
Ndabezitha,
Ngqulunga,
Mabonwa abulawe,
Phakade akagugi kugaga abafokazana,
Jama kaSlwane!

Popular people from Majola last name

Makhosazana Majola (Legal/Finance)
Director at ENS Africa specializing in banking and finance law. Recognized as a leading lawyer by IFLR1000 and Legal 500. Experienced in structured finance, project finance, and general banking transactions across the African continent.

Mpofana Clan Names & History

Mpofana Clan Names

Mpofana,
Zulu,
Ntombela,
Ngxanyana,
Toni,
Malandela owalandelwa intombi ithi ngizeke,
Hlahlalibobo,
Sthuli sikaNdaba,
Sthuli sikaNkombane,
Sthuli samakhosi,
Nina bakaMashikizela ashiye impi yakhe,
Nsingizi ebika izulu ukuduma,
Ningayithinti leyonyoni [endiza*] ezulwini, mhla nayi thina konyakaza itheku kunyakaze ulwandle,
Nina bakampondo zamila kabi ngoba zamila enjeni ukube zamila enkomeni sasothola amashungu kagwayi sibheme,

Ndabezitha,
INkosi kayiqedwa !!!

Admin notes: *this word needs confirmation

Page 4 of 10

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén