πŸ’›

izithakazelo

Tag: tsaeng Page 11 of 14

Izithakazelo Zakwa Ndaba Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa-Ndaba

Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Wela ngezimpambosi zomfula,
Masinga asilele,
Mididwa emnyama,
OMalobola mbiza zawo tshani
Nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba.
Wena owasemhlungwini,Owagaqa wagaqa wathugwazinkomo kanti usegwazumhlana wendoda,
Ahhhhhhh ndabezitha!!!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Ndaba- Xhumana nathi ngo- Whatsapp kule nombolo: 061 868 5163 wenze i oda lakho!

Price: R200.00

Izithakazelo zakwa Gazu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Gazu

Sotobe,
Qwabe, Gumede,
Ndaba,
Mpangalala,
Mkhunjini,
Mathula,
Mgxebe!

Izithakazelo zakwaDuze Clan Names Umlando

Duze Clan Names:

Ndaba,
Seyama, Luvuno,
Gayela!

Izithakazelo zakwa Dludla Clan & Family History | Umlando

Izithakazelo zakwaDludla

Nolanga,
Skhakha somfazi,
Nsukunganye,
Cebisa, ocebisa abafokazana ngozuka
Ndwani, Noyivalela,
Ndaba zamanina,
Sibunyana siluhlazana intebe..Continue reading>>

Page 11 of 14

Β© 2026