๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: tsakhopa Page 2 of 3

Izithakazelo: Maphisa, Maphisa Clan Praises

Maphisa:
Mlambo, Sishange, Mabhedla, Mtshali, Nkwali, Ndwandwe, Mdineka, Mthimkhulu, Zwide kaLangaMaphisa wena ongaphiswa wuthuvi kepha ophiswa ‘ulaka, Gubhuza, Vezi, Mlambo omkhulu ongawelwa abantuย owelwa zinkonjaneย zon’ ezindiza phezulu !!!

Izithakazelo zakwa Gcwabaza Clan Names

Gcwabaza Clan Names

Kayikho impunga yehlathi ๐Ÿ˜ incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Izithakazelo zakwaMlambo Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMlambo

Mdineka,
Sishange, Maphisa,
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Chibi!

Page 2 of 3

ยฉ 2026