πŸ’›

izithakazelo

Tag: tsoke Page 6 of 12

Izithakazelo zakwa Giqwa Clan Names

Izithakazelo zakwa Giqwa, Giqwa Clan Names

Gcwanini,
Sibewu,
Salakulandelwa,
Rengqwa,
Vezi,
Dibindonga,
Bhincel’ehlezeni,
Ngxongxothwane,
Mja,
Ngoma,
Miya!

Izibongo zakwa MaChi

Machi,
Goba,
Lawu,
Ndenza,
Sdununu sentsingizi encanyana ebika izulu
Mbonwa,
Jolwayo,
Mbusi,
Nina bomkhosi omhle uphuma nelanga
Lisela, Majikija, Tambo, Vezi, Xabanisa abantu belungisa
Goba elihle
Nomabhongo owadla amahlwili enkomo ethi yinyama

MACHI!

Izithakazelo zakwa Njiyela Clan Names

Njiyela
Dlabazane
Nyong’o yendlovu
Vezi
Mabhesh’anqotho
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi !

Izibongo zakwa Mntambo

Page 6 of 12

Β© 2026