πŸ’›

izithakazelo

Tag: ukonka

Izithakazelo zakwa Mashiya Clan Names

Mashiya / Matshiya Clan Names
Ngoomshiya amahle anje ngenyamazana
Oongajuse umbane wezulu
Imbabala kamashiya no dlomo
abayigweba igijima bathi ibhityile
kanti ayityebe yimbambalala
Oguqa bathokoze ozikode
Ongwekazi
Ogidela
Obhucwa !

Sobohla manyosi

Sobohla manyosi : lenkulumo ijwayelekile kodwa inomsuka wayo .imuphi lowo msuka ?

Lenkulumo yashiwo uDingane kuManyosi mhla uManyosi eqembuka kuDingane eyokhonza uMpande kthiwa uManyosi wayethola izimbuzi kuMpande, kthiwa wayeyidla ayiqede nya eyedwa, kahle kahle ukusonga loku.

Izithakazelo zakwaMnqayi Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMnqayi

Mashiya,
Catheya,
Mkhweli wentabend’engakhwelwa mfazi,
Nyon’emnyam’enjengamandongonyo,
Nsele ka Lindamkhonto,
Nhlabathi,
Mgwalantshani wena owagwalantshela emabeleni omfazi!

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén