Mpangela Clan:
Mvinjwa,
Rhoshana,
Ndlazi,
Dlomo,
Sibetho,
Magwala,
Gwadzi elisilika bubuhle !

Ndlazi CLAN NAMES/ IZITHAKAZELO

Ndlazi Hlabangane Magalela Ohlab'elimhlophe elingenabala Oncingilizi bamshiy'ezizweni Ondlebe zikhanya ilanga Mantshinga Inyoni endiza phezu'kothukela

Izithakazelo zakwa Kunene😍

Kunene Clan Names Dlomo, Mjisa, Sishango sakoGobeni, Fikisa, Vundla, Mpinda, Mangena owangena ngezitho umzimba usele ngaphandle, Wena wasezansi ezihlabathini zolwandle,