πŸ’›

izithakazelo

Tag: umnqandane

Umnqandane Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.
Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa .

Iziduko zako .’s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazelo zakwa Makhulukhulu Clan Names & History

Makhulukhulu surname

Makhulukhulu, Nina Besuthu, Nina ORadebe/Hadebe, Mahlubi Amahle, Hlubini Zimsuthu Bebafokeng, Zintaba zimhlophe Mntungwa, Mabaso Owabasa entabeni, Mntungwa owadla ukhambi laphuma lulinye, Mntungwa owehla wafika entabeni zokhahlamba, asibalekanga, sashiya uthumbu, ngoba ugazi akalahlwa, salahla inkomo, Bantungwa abangcwaba, Zafika Zintathu, Mashiya Amahle, Sasi sihle koMakhulukhulu, KoMofokeng, Sasisipho SiMhlophe koMntungwa, Nina Bakwa Mnotho zindlwana azihluphekile, isashisa nayishiya injalo, Ndabezitha Nina Amaqhawe Abutho !

Izithakazelo zakwaMthimkhulu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Mthimkhulu

Hadebe,
Bhungane,
Wena owamila edlukwini lapho okungamilwa khona,
Mashiya amahle,
Mashiya amahle njenge nyamazane,
Mashwabada,
Wena owashwabadela inkomo ne’mpondo,
Yathi mayifika emphinjweni yadlamalala,
Umkhulu Bhungane!

Mthimkhulu Clan & Umlando

Izithakazelo zakwaMthimkhulu

Hadebe,
Bhungane,
Wena owamila edlukwini lapho okungamilwa khona,
Mashiya amahle,
Mashiya amahle njenge nyamazane,
Mashwabada,
Wena owashwabadela inkomo ne’mpondo,
Yathi mayifika emphinjweni yadlamalala,
Umkhulu Bhungane!

>> If you’re Mthumkhulu, you must read this <<

Β© 2026