Tag: Vezi Page 2 of 4
Izithakazelo zakwa Masilela:
- Usigatjha sika Mpemvu,
- uMpemvu ka Pendwako,
- Upendwako ka Kondo,
- uKondo ka Majama,
- uMajama wako Singaphi,
- ongakh’ip’ ihlabana, wakh’ip’ingahlabana,
- uMahlabekazi wakoNyazwako,
- Mdibani!!!
Izithakazelo zakwa Mntambo
Izithakazelo zakwa Gabela 😍 Gabela Surname Clan Names
Mkhondo,
Mpangazitha,
Mahlasela,
Vezi kanoNene,
Uvezi akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela,
Zikhundl`ezimbili, esokulala nesokuthamela,
Nina bakonkomo zeza nomungu njengamabele,
Maqomboli kakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe,
Wena wakasilengela ntabeni engakhe ntabeni,
Nsele kaLinda mkhonto!