πŸ’›

izithakazelo

Tag: vikelahle Page 11 of 19

Izithakazelo zakwa Gumbi Clan Names

Izithakazelo zakwa Gumbi

  • Skhende,
  • Jele,
  • Ngubo yengwe.
  • Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
  • Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
  • Ntongande, Mdakane,
  • Mehl’enkomo, Ntini,
  • Nozingelayo,
  • Ndandali,
  • Wena kaNgoni,
  • Mlotshwa!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Gumbi Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Gumbi
Izithakazelo zakwa Gumbi

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Mvula clan name izthakazelo zakwa Mvula

Mvula,
Magangane, Mlotshwa, Macala, Mgamule Nina abakamoya, Nina bakwa Macala, Zikode, Nina abakanophunga yizwa nohlanga, Nina abakwasilayindu wengwegweni, Nina abanyawo ezaza nodaka ensimini kamambokazi, Nina abakwa hubhu labhejane, Nina abakwasbhamu esaduma enkundleni kano bhengu, Nina abakwa fofo weziziba
Mvula!!!

Izithakazelo zakwaNcengwa Clan Names

Ncengwa!

Mpangazitha, Mavundla,
Mlotshwa, Lwandle kaluwelwa,
Luwelwa zinkonjane,
Zona eyndiza phezulu,
Njengabelungu,

Ncengwa!

Izithakazelo zakwa Malembe Clan Names

Malembe,
Luvuno,
Nqobo,
Nqobenhle edlihleka,
Mlotshwa,
Mchwechwe,
Makhaza,
Madlamalala,
Khabela,
Ndawonde,
Umjo muhle ozala abaphofazane !

Page 11 of 19

Β© 2026