If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: vububi
Vububi Clan Names, Meaning & History.
Vububi surname info is currently not listed.
Mkhulise Mthiyane
Nina bakwaDambuza
mthabathi
omabhala ngozipho abanye bebhala nge mpensela
osgoloza esmehlabomvu esathi siyambeka kanti syamjamela
Nina enapha umuntu ukudla ngoba nimbona namncisha ngoba ningamboni
Nina bakwa nqamlandwendwe sibheke kwamzilikazi kamashobane
Nina enabiyela ngamakhanda amadoda abafokazana bebiya ngamahlahla.
Nina enavimba amazibuko amabili uThukela noMpofana
Nina enagibela inkomo igijima Nina bakwa Sbindigidi kumangwe Dambuza mthabathi
Nina baselenge
Nina enehla emathibeni indlala ibhokile zibuya ezimbili etsheni lasentshenteka zincuncu eynkulu eziphuza kwezinde iziziba ngoba kwezimfishane zinqundeka imilomo
Banisi bemvula
Mthiyane !!
Leave a Reply