Izithakazelo zakwaNyandeni
Nyandeni ompofu
kaMashobane!
Ophuza’manzi ngokuwabona.
Engawaboni akomi!
Vumisa kaNgono, Shobane owagaqa ngamadolo
aze aphocuka,
Khukhuza kaNgonyama,
Gasela kaNyandeni .
Zingwe zimbili ezalwa
zabulalana kwaNtaba Ntshanini.
Engani zaziphakelwa
ndawonye.
Ngwadla phangela iziqgala
zakolibose

Izithakazelo zakwa Nyandeni

Izithakazelo zakwa NYANDENI ? NTSHALINTSHALI, MZOLO, MLABA, MFEKA, SIBISI, DUBAZANE, VUNDLA, XULU, BHENGU

Mthembu Clan Praises -Mvelase Clan Names

Mthembu Clan Praises Mvelase, Qhudeni Mvelase,Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,Mvelase kaGuda,Ongawadl’amathibani,Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,Mnisi wemvula ilanga libalele,Ngoz’ovel’eNyandeni,Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,Nina baseMlamlankunzi! Zikhona izikibha zabakwaMthembu. Read more