πŸ’›

izithakazelo

Tag: weidenbruck Page 23 of 327

Izithakazelo ZakwaGule Clan Names & History

O Gule
Malambule Ndlovu ezidle ekhaya ngokuswela umalusi
Magwabane weNdlovu
Mduba Malambule amiable noma engagezile alale engagezile avuke ekuseni ephephuzela ubuya njengepentshisi nina bakwaNsele ngokuthwala isisila seNsele
Nina bakwaslima esahamba emvakwamadoda ngamlenze munye ukube sahamba ngaphambili ngabe akuzange kulunge lutho Nina Bakavondo eladla umhlanga lathi liyawudlakanti aliwudli liyawuhlawulela Nin bakwaNyoni encane uncede eyathatha ubhokosi ngobuqili Malambule.

Izithakazelo zakwa Soboyisi

Ndala, Ncenjana, Mbiza, Abelungu abahamba nge banoyi!

Izithakazelo zakwa Mjiyakho/Mjiyako

Mjiyakho
Swela
Mdangelwa
Ngonyama
Thina esawela izimpambosi zemfula…..

Izithakazelo sakwa Mahloma

Izithakazelo sakwa Mahloma sithini?

Page 23 of 327

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén