πŸ’›

izithakazelo

Tag: windsor

Izisho nezincazelo zazo

Izisho nezincazelo zazo

Isisho – Abafana boqunga

Incazelo – Imikhovu (omantindane)

Isisho – Amanzi amponjwana

Incazelo – Utshwala besizulu

Isisho – Insakavukela umchilo wesidwaba

Incazelo – Into eyenziwa njalo

Isisho – Izilo zokwelamana

Incazelo – Abantu abazalwa mfazi munye

Isisho – Ugwayi kakholo

Incazelo – Umuntu ongathanga chi

Isisho – Ukubhekwa isambane

Incazelo – Ukuba neshwa lokungaphumeleli

Ukubulala inyoka thola incazelo

Ukubulala inyoka∼Izinto noma abantu abaningi.

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén