If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: woznica Page 1 of 3
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply
Ukufika kwesibongo sakwaGigaba endaweni yakwaShali siphuma Eastern Cape safika nendoda egama layo kwakunguKhukhu Gigaba owabe eyinyanga owabunqaba ephindelela ubukhosi ngenxa yokuhlonipha umsebenzi wakhe wokulapha baze bagcina buwela emndenini kaCharlie ikhaladi uyena owazala amakhosi athatha ubukhosi ekhaladini Charlie ngeskhathi ethatha isnqumo sokushiya.
INkosi Nkanyezi Gigaba yabuthatha yaze yakhothama ilaphoke abasele bangakwazi ukubugcina ngesimo sombango bagcina buwela kaMavundla owabe ewushana kwaGigaba.
Namanje izigodi ezifana neKhukhu saqanjwa ngalo ikhehla lakwaGigaba, uNdunu waqanjwa ngesithakazelo sakwaGigaba; izikole ezifana noMlinganiswa esaqanjwa ngegama lendoda yakwaGigaba, uMlinganiswa Primary nawo waqanjwa ngegama lekhehla lakwaGigaba.
Endaweni yakwaShali abantu abanothile ibona abantu bakwaGigaba sibala Amabhasi; izitolo: Pelepele Store,Jabula Store,Mbonela Store & Tavern; izinkampani zokupheka; izinkontileka nokunye okuningi
If you know extra info about Gigaba Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Leave a Reply