Izithakazelo zakwaVezi
uVezi, kaKweyama, kaMgabadeli, kaDladla (EmaMbatheni) kaNdaba, kaSontshikazi (owayembatha izikhumba zenyathi) KaMpangazitha, kaMageba, kaZulu !!!
Tag: wykj Page 2 of 3
Izithakazelo zakwaMntambo
Nhlangothi
S’hlahl’ekhulu
Cimbishe
Ntethe
Mlondo, Vezi,
Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela, Jiyane,
Kweyama!
>> Lalela ngizihaya kamnandi izithakazelo zakwa Mntambo <<
Mntambo brief history
Amantambo azalwa ngqo KwaMashiya amahle, Phantsi kwendlu ka Manyaza ebukhosini bakwaMashiya kahle kahle singabantwana begazi and sidinga wonke umntambo kweli sikhulise umzi wakuthi kubuyele induku yobawomkulu kubanikazi.